×

Mqeqeshi Wezinsizwa's video: Ama Tips Okushela Intombi Izibonelo Kanye Nendlela Yokuzithemba

@Ama Tips Okushela Intombi •||• Izibonelo Kanye Nendlela Yokuzithemba
Kule video uMqeqeshi Wezinsizwa unikeza Ama Tips Okushela Intombi. Uphinde anikezane nezibonelo ezingakusiza lapho ushela intombi edolobheni, elokishini okanye emakhaya. lezi zindawo zihlukile, nendlela ekumele wenze ngayo ihlukile. Uphinde anikeze ama tips ambalwa okunyusa ukuzethemba kwensizwa ukuze izethembe empilweni nalapho ishela khona. Kubalulekile ukuthi siqonde indlela esekushelwa ngayo manje ayisafani neyakudala. Ungashelisi okwamkhulu wakho eshela ugogo wakho ngo 1967 ngoba izinto ngeke zize zikuhambele kahle, ngeke uqonywe nhlobo. Uyoze ucabange ukuthi unesichitho, unebhadi, uqalekisiwe okanye umubi akekho okufunayo, kanti cha akunjalo kepha indlela owenza ngayo usebenzisa isidala. Hlala noMqeqeshi Wezinsizwa ukuze uzofunda isimanje manje sokushela ukuze ozoqonywa, uhlabe nawe njengezinye izingane. Awuzelanga emhlabeni ukuzobuka abanye bejabula. Nawe sukuma uzithathe. Ngithinte kule e-mail address: southafricanmusicall@gmail.com uma ufisa sibonisane kudaba lwakho. KwaMqeqeshi Wezinsizwa, Ikhaya Lenjabulo!

124

7
Mqeqeshi Wezinsizwa
Subscribers
18.2K
Total Post
375
Total Views
111.7K
Avg. Views
1.5K
View Profile
This video was published on 2022-04-09 18:29:41 GMT by @Mqeqeshi-Wezinsizwa on Youtube. Mqeqeshi Wezinsizwa has total 18.2K subscribers on Youtube and has a total of 375 video.This video has received 124 Likes which are higher than the average likes that Mqeqeshi Wezinsizwa gets . @Mqeqeshi-Wezinsizwa receives an average views of 1.5K per video on Youtube.This video has received 7 comments which are higher than the average comments that Mqeqeshi Wezinsizwa gets . Overall the views for this video was lower than the average for the profile.

Other post by @Mqeqeshi Wezinsizwa